Isichitho sisebenza ngezindlela eziningi ezahlukene. Kuye kuye ngokuthi lowo osuke ekushaye ngalesosichitho usuke ehloseni ngaso.
Ukugeza Isichitho
Isichitho sehlukene ngakhoke ukusigeza nakho kuyenzeka kuhluke. Futhi nabalaphi zehlukene izindlela abasebenza nabelapha ngazo.
Ukegeza Isichitho
Kujwayelekile ukuthi uma ungaizwa kahle uthi uma uyohlola bese kuthiwa ushaywe ngesichitho. Ngenxa yokuthi izinhloso zezitha zethu azifani, nezinhlobo sesichitho abasishaya ngaso ayifani.
Okumnandi nokuthokozisayo wukuthi asikho isichitho esingagezeki. Zonke zikhandwa ngemithi ngakho ke futhi zonke zigezwa ngomuthi.
Asikwazi ke lapha ukudalula amagama emithi esetshenziswayo ukugeza isichitho.
0 Comments:
Post a Comment